UHadadi eseGibhithe, wezwa ukuthi uDavide usekhotheme nokuthi uJowabe induna yempi ufile, wayesethi kuFaro: “Ngivumele ukuba ngihambe, ngibuyele ezweni lakithi.”
Mathewu 2:20 - IsiZulu 2020 yathi: “Vuka uthathe umntwana nonina, uye kwa-Israyeli, ngokuba ababezingela impilo yomntwana sebefile.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Vuka uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli; ngokuba sebefile ababezingela ukuphila komntwana.” Baasraak Zulu New Testament Bible ethi: “Vuka, uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli, ngokuba bafile ababefuna ukuphila komntwana; Contemporary Zulu Bible 2024 Ethi: “Vuka, uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli, ngokuba bafile ababefuna ukuphila komntwana; |
UHadadi eseGibhithe, wezwa ukuthi uDavide usekhotheme nokuthi uJowabe induna yempi ufile, wayesethi kuFaro: “Ngivumele ukuba ngihambe, ngibuyele ezweni lakithi.”
USolomoni wazama ukumbulala uJerobhowamu. UJerobhowamu wasuka wabalekela eGibhithe kuShishakhi, inkosi yakhona, wahlala lapho kwaze kwakhothama uSolomoni.
USimakade wathi kuMose ekwaMidiyani: “Hamba ubuyele eGibhithe, ngokuba sebafa bonke abebefuna ukukubulala.”
Kuthe sezihambile izazi; bheka, ingelosi yeNkosi yabonakala kuJosefa ngephupho, yathi: “Vuka uthathe umntwana nonina, ubalekele eGibhithe, uhlale khona, ngize ngikutshele, ngokuba uHerode uzakumfuna umntwana ukuze ambulale.”
Esekhotheme uHerode; bheka, ingelosi yeNkosi yabonakala ngephupho kuJosefa eGibhithe,