Namanye amadodana akho oyakuwazala, ayakuthathwa abe ngabathenwa esigodlweni senkosi yaseBhabhele.”
Mathewu 19:12 - IsiZulu 2020 Ngokuba kukhona abathenwa abazalwa benjalo kwasesiswini sikanina; kukhona nabathenwa abathenwe ngabantu, futhi kukhona abathenwa abazithenileyo ngenxa yombuso wezulu. Okwazi ukukwemukela lokhu, makakwemukele.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba kukhona abathenwa abazalwa benjalo kwasesiswini sikanina; kukhona nabathenwa abathenwe ngabantu; kukhona futhi abathenwa abazithenileyo ngenxa yombuso wezulu. Ongakwamukela lokho akwamukele.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba kukhona abathenwa, abazalwa benjalo kwasesiswini sikanina; kukhona nabathenwa, abathenwa ngabantu; Lowo okwaziyo ukuwemukela, makawemukele. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba kukhona abathenwa, abazalwa benjalo kwasesiswini sikanina; kukhona nabathenwa, abathenwa ngabantu; Lowo okwaziyo ukuwemukela, makawemukele. |
Namanye amadodana akho oyakuwazala, ayakuthathwa abe ngabathenwa esigodlweni senkosi yaseBhabhele.”
Kepha wathi kubo: “Akusibo bonke abangalamukela leli lizwi, kuphela labo abakunikiweyo.
Kwase kulethwa kuye abantwana ukuze abeke izandla phezu kwabo, abakhulekele, kodwa abafundi babakhuza.
Kepha mina angizange ngisebenzise nakunye kwalezo zinto, futhi angilobi lokhu ukuze kwenziwe kanjalo kimi, ngokuba kungcono kimi ukufa kunokuba umuntu akwenze ize ukuzigqaja kwami.
Asinalo yini ilungelo lokuhamba nomzalwanekazi ongumkethu njengabanye abaphostoli, abafowabo beNkosi, noKhefase na?
Laba, yilabo abangangcoliswanga ngabesifazane, ngokuba bayizindela. Laba yibo abalandela iWundlu noma kuphi lapho laliya khona. Laba bathengwa ebantwini ukuba babe lulibo kuNkulunkulu nakulo iWundlu,