“Manje-ke, Simakade Nkulunkulu wami, uyibekile inceku yakho ukuba ibe yinkosi esikhundleni sikababa uDavide, noma ngisengumntwana nje. Angikakwazi ukungena nokuphuma.
Mathewu 18:2 - IsiZulu 2020 UJesu wayesebiza umntwana, wammisa phakathi kwabo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesebiza umntwana, wammisa phakathi kwabo, Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wayesebizela kuye umntwana, wammisa phakathi kwabo. Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wayesebizela kuye umntwana, wammisa phakathi kwabo. |
“Manje-ke, Simakade Nkulunkulu wami, uyibekile inceku yakho ukuba ibe yinkosi esikhundleni sikababa uDavide, noma ngisengumntwana nje. Angikakwazi ukungena nokuphuma.
Kepha uSimakade wathi kimi: “Ungathi kimi ungumfanyana, ngokuba uyakuya kubo bonke engikuthuma kubo, futhi uyakukhuluma konke engikuyala ngakho.
Ngaleso sikhathi abafundi basondela kuJesu, bathi: “Ngubani omkhulu embusweni wezulu na?”
wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: uma ningaphenduki nibe njengabantwana, anisoze nangena embusweni wezulu.