wathi: “Nkosi, hawukela indodana yami, ngokuba inesithuthwane, iyahlukumezeka kakhulu; kukaningi iwela emlilweni nasemanzini.
Mathewu 17:16 - IsiZulu 2020 Ngiyilethe kubafundi bakho, kodwa bahluleka ukuyiphulukisa.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngiyilethe kubafundi bakho, kepha bahluleka ukuyiphulukisa.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngiyilethe kubafundi bakho, kepha behlulekile ukuyiphulukisa. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyilethe kubafundi bakho, kepha behlulekile ukuyiphulukisa. |
wathi: “Nkosi, hawukela indodana yami, ngokuba inesithuthwane, iyahlukumezeka kakhulu; kukaningi iwela emlilweni nasemanzini.
UJesu waphendula wathi: “Maye, kinina, sizukulwane esingakholwayo nesiphambeneyo; kuyoze kube nini nginani na? Kuyoze kube nini nginibekezelela na? Yiletheni lapha kimi.”
Ngokukholwa egameni lakhe lo enimbonayo nenimaziyo, yigama lakhe elimenze waqina, nokukholwa okungayo kumnike le mpilo phambi kwenu nonke.