Mathewu 17:13 - IsiZulu 2020 Abafundi bakuqonda ukuthi wayekhuluma ngoJohane uMbhabhadisi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona abafundi baqonda ukuba ubekhuluma kubo ngoJohane uMbhapathizi. Baasraak Zulu New Testament Bible Khona abafundi baqonda ukuthi ubekhuluma kubo ngoJohane uMbhapathizi. Contemporary Zulu Bible 2024 Khona abafundi baqonda ukuthi ubekhuluma kubo ngoJohane uMbhapathizi. |
kodwa ngithi kini: u-Eliya sewafika; nokho abamazanga, kodwa benza kuye abakuthandayo. Kanjalo neNdodana yomuntu izakuhlushwa yibo.”