Abafundi bathi kuye: “Pho singazitholaphi lapha ehlane izinkwa eziningi ezingenela isixuku esingaka na?”
Mathewu 15:34 - IsiZulu 2020 UJesu wathi kubo: “Ninezinkwa ezingaki na?” Bathi: “Eziyisikhombisa, nezinhlanzana ezimbalwa.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi kubo uJesu: “Ninezinkwa ezingaki na?” Bathi: “Eziyisikhombisa, nezinhlanzana eziyingcosana.” Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wathi kubo: Zingaki izinkwa eninazo? Basebesithi: Eziyisikhombisa, lezinhlanzana ezimbalwa. Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wathi kubo: Zingaki izinkwa eninazo? Basebesithi: Eziyisikhombisa, lezinhlanzana ezimbalwa. |
Abafundi bathi kuye: “Pho singazitholaphi lapha ehlane izinkwa eziningi ezingenela isixuku esingaka na?”