Wayesephendukela kubafundi bakhe, wakhuluma nabo bebodwa, wathi: “Abusisiwe amehlo abona enikubonayo.
Mathewu 13:17 - IsiZulu 2020 Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: baningi abaphrofethi nabalungileyo ababefisa ukubona lokhu enikubonayo, kodwa abakubonanga; nokuzwa lokhu enikuzwayo, kepha abakuzwanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Baningi abaprofethi nabalungileyo ababefisa ukubona enikubonayo, abakubonanga, nokuzwa enikuzwayo, abakuzwanga. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Abaningi abaprofethi nabalungileyo babefisa ukubona enikubonayo, abakubonanga; nokuzwa izinto enizizwayo, anizizwanga. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Abaningi abaprofethi nabalungileyo babefisa ukubona enikubonayo, abakubonanga; nokuzwa izinto enizizwayo, anizizwanga. |
Wayesephendukela kubafundi bakhe, wakhuluma nabo bebodwa, wathi: “Abusisiwe amehlo abona enikubonayo.
Ngokuba ngithi kini: baningi abaphrofethi namakhosi ababefisa ukubona enikubonayo, kodwa abakubonanga; nokuzwa enikuzwayo, kepha abakuzwanga.”
U-Abhrahama, uyihlo, wathokoza ukuthi uzobona usuku lwami, walubona, wajabula.”
Bonke laba bafa bekholiwe, bengazamukeliswanga izithembiso, kodwa bezibonile, bazithakasela zikude, bevumile ukuthi bangabafokazi nezihambi emhlabeni.