“Othanda uyise nonina kunami, akangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami, akangifanele;
Mathewu 12:48 - IsiZulu 2020 Kepha uJesu waphendula, wathi kuye: “Ngubani umame, nabafowethu bangobani na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha waphendula, wathi komtshelileyo: “Ngubani umame, nabafowethu ngobani na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa waphendula wathi komtshelayo: Ngubani umame? futhi bangobani abafowethu? Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa waphendula wathi komtshelayo: Ngubani umame? futhi bangobani abafowethu? |
“Othanda uyise nonina kunami, akangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami, akangifanele;
Omunye wathi kuye: “Kukhona unyoko nabafowenu abami ngaphandle, bafuna ukukhuluma nawe.”
Welula isandla sakhe wakhomba abafundi bakhe, wathi: “Niyabona, nangu umame, nabafowethu.
Wabaphendula wathi: “Kade ningifunelani na? Beningazi yini ukuthi kumele ukuba ngibe kokukaBaba na?”
UJesu wakhula ekuhlakanipheni nasemzimbeni, ethokozelwa nguNkulunkulu nangabantu.
Kanjalo thina kusukela manje, asisazi muntu ngokwenyama; nakuba besimazi uKhristu ngokwenyama, nokho manje asisamazi.
owathi ngoyise nonina: ‘Angibabonanga,’ wangabanaka abafowabo, akaze abanakekela abantwana bakhe. Ngokuba baligcina izwi lakho, basigcina isivumelwano sakho.