Kanti naphuma ukuyobonani na? Umuntu owembethe ezinofonofo na? Phela abembethe ezinofonofo basezindlini zamakhosi.
Mathewu 11:9 - IsiZulu 2020 Kanti naphumelani na? Ukuyobona umphrofethi na? Yebo, ngithi kini: owedlula umphrofethi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa naphumelani na? Ukubona umprofethi na? Yebo, ngithi kini: Odlula umprofethi. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa laphumela ukuyabonani? Umprofethi? yebo, ngithi kini: Odlula umprofethi. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa laphumela ukuyabonani? Umprofethi? yebo, ngithi kini: Odlula umprofethi. |
Kanti naphuma ukuyobonani na? Umuntu owembethe ezinofonofo na? Phela abembethe ezinofonofo basezindlini zamakhosi.
Kwathi nakuba ayefuna ukumbulala, kodwa wesaba abantu ngokuba babethi ungumphrofethi.
Nawe-ke, mntwana, uyakuthiwa ungumphrofethi woPhezukonke, ngokuba uyakuyandulela iNkosi; ulungisa izindlela zayo
“Kepha uma sithi: ‘Kubantu,’ abantu bonke bazakusikhanda ngamatshe, ngokuba bayakholwa ngukuthi uJohane ungumphrofethi.”