“Kepha ngizakusifanisa nani lesi sizukulwane na? Sifana nezingane ezihleli esigcawini zimemeza ezinye zithi:
Mathewu 11:15 - IsiZulu 2020 Onezindlebe makezwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Onezindlebe makezwe. Baasraak Zulu New Testament Bible Onezindlebe zokuzwa makezwe. Contemporary Zulu Bible 2024 Onezindlebe zokuzwa makezwe. |
“Kepha ngizakusifanisa nani lesi sizukulwane na? Sifana nezingane ezihleli esigcawini zimemeza ezinye zithi:
Kepha abalungileyo bayakukhanya njengelanga embusweni kaYise. Onezindlebe makezwe.
Akukho lutho olungaphandle komuntu olungangena kuye lumngcolise, kuphela lokho okuphuma kuye, yikho okumngcolisayo.
Awusakufanele ngisho ukusetshenziswa emhlabathini nasemqubeni, kepha ukuba ulahlwe ngaphandle. Onezindlebe zokuzwa makezwe.”
Enye yawela emhlabathini ovundileyo; yamila, yathela izithelo ngekhulu.” Washo lokhu, wayesememeza ethi: “Onezindlebe zokuzwa makezwe.”
“ ‘Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo akasoze oniwa ngukufa kwesibili.’
“ ‘Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo ngiyakumnika okwemana efihliweyo, ngimuphe itshe elimhlophe, futhi kulotshiwe etsheni igama elisha elingaziwa muntu, kuphela lowo olemukelayo.’
“ ‘Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila osePharadisi likaNkulunkulu.’