Mathewu 10:12 - IsiZulu 2020 Kuyothi lapho ningena kulelo khaya, nibingelele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ekungeneni kwenu endlini niyibingelele. Baasraak Zulu New Testament Bible Nxa ningena endlini, niyibingelele. Contemporary Zulu Bible 2024 Nxa ningena endlini, niyibingelele. |
Ngenxa yabafowethu nabangani bethu ngizothi manje: “Makube khona ukuthula kuwe.”
Noma ngabe bayalalela noma abalaleli, ngokuba bayindlu ehlubukayo, nokho bayokwazi ukuthi bekukhona umphrofethi phakathi kwabo.
“Nakunoma yimuphi umuzi noma umuzana eniyakungena kuwo, anocinga ofaneleyo, bese nihlala kuwo, nize nihambe kuleyo ndawo.
Uma lelo khaya lifanele, ukuthula kwenu makube phezu kwalo, kodwa uma lingafanele, ukuthula kwenu makubuyele kini.
Walithumela izwi kubantu bakwa-Israyeli, eshumayela ivangeli lokuthula ngaye uJesu uKhristu; okunguYena oyiNkosi yabo bonke.
Singamanxusa kaKhristu ngokungathi uNkulunkulu unxusa ngathi; siyanincenga esikhundleni sikaKhristu sithi: “Buyisanani noNkulunkulu.”
nithi kumfowethu: ‘Ukuthula makube kuwe, ukuthula makube sendlini yakho, ukuthula makube kukho konke onakho.