UJuda wayesethi kuThamari, umalokazana wakwakhe: “Kungcono uhlale ube ngumfelokazi emzini kayihlo kuze kukhule indodana yami uShela.” Ngokuba uJuda wathi: “Angase afe naye lo njengabafowabo.” UThamari wahamba wayohlala emzini kayise.
Mathewu 1:3 - IsiZulu 2020 uJuda wazala uFaresi noZara kuThamari; uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu, IBHAYIBHELI ELINGCWELE uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu; Baasraak Zulu New Testament Bible UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu; Contemporary Zulu Bible 2024 UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu; |
UJuda wayesethi kuThamari, umalokazana wakwakhe: “Kungcono uhlale ube ngumfelokazi emzini kayihlo kuze kukhule indodana yami uShela.” Ngokuba uJuda wathi: “Angase afe naye lo njengabafowabo.” UThamari wahamba wayohlala emzini kayise.
UJuda wathathela indodana yakhe eyizibulo, u-Eri, umfazi ogama lakhe linguThamari.
Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.
U-Abhrahama wazala u-Isaka, u-Isaka wazala uJakobe, uJakobe wazala uJuda nabafowabo;
u-Aramu wazala u-Aminadaba, u-Aminadaba wazala uNasoni, uNasoni wazala uSalimoni;