UMikhali, indodakazi kaSawule, akazalanga mntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.
Mathewu 1:25 - IsiZulu 2020 akazange alale naye, waze wazala indodana; wayiqamba igama wathi nguJesu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE akaze aya kuye, waze wazibula ngendodana; wayiqamba igama lokuthi uJesu. Baasraak Zulu New Testament Bible Akamazi waze wazala izibulo lakhe; waqamba igama layo ngokuthi uJesu. Contemporary Zulu Bible 2024 Akamazi waze wazala izibulo lakhe; waqamba igama layo ngokuthi uJesu. |
UMikhali, indodakazi kaSawule, akazalanga mntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.
Intombi yayiyinhle kakhulu, yayinakekela inkosi; yayisebenzela, kodwa inkosi ayilalanga nayo.
“Ngihlukanisele wonke amazibulo; noma yiliphi izibulo elivule isibeletho kwabakwa-Israyeli, kubantu nezilwane, ngokuba lingelami.”
“Awuyukukhohlwa ukuletha iminikelo yesivuno sakho sokusanhlamvu nesewayini. “Amazibulo amadodana akho uyakuwanika Mina.
Uzakuzala iNdodana, uyiqambe igama uthi nguJesu, ngokuba nguye oyakusindisa abantu bakhe ezonweni zabo.”
UJosefa esevukile ebuthongweni, wenza njengalokhu imyalile ingelosi yeNkosi, wamthatha umkakhe;
Kwathi seziphelile izinsuku eziyisishiyagalombili, umntwana wasokwa, wayeseqanjwa igama kwathiwa nguJesu, igama elalishiwo yingelosi unina engakakhulelwa.
Wazibula ngendodana, wayisonga ngendwangu, wayilalisa emkhombeni, ngokuba beswela indawo endlini yezihambi.
Ngokuba labo ayebazi phambilini, wabamisa kwaphambilini ukuba bafane nesimo seNdodana yakhe, ukuze yona ibe yizibulo kubazalwane abaningi;