njengalokhu nafunda ku-Ephafra othandekayo, oyinceku kanye nathi, isikhonzi esethembekileyo sikaKhristu ngenxa yenu;
KwabaseKolose 4:9 - IsiZulu 2020 Uhambisana no-Onesimu, umzalwane othembekileyo nothandekayo, ongomunye wenu; bazakunazisa konke okwenzeka lapha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kanye no-Onesimu, umzalwane okholekileyo nothandekayo, ongomunye wakini; bazakunazisa konke okwalapha. Baasraak Zulu New Testament Bible kanye no-Onesimu, umzalwane othembekileyo nothandekayo, ongowakini. Bayakunazisa konke okwenziwa lapha. Contemporary Zulu Bible 2024 kanye no-Onesimu, umzalwane othembekileyo nothandekayo, ongowakini. Bayakunazisa konke okwenziwa lapha. |
njengalokhu nafunda ku-Ephafra othandekayo, oyinceku kanye nathi, isikhonzi esethembekileyo sikaKhristu ngenxa yenu;
Uyakhonza kini u-Efratha ongomunye wenu, inceku kaKhristu uJesu, enilwela njalo emithandazweni, ukuze nime niphelele, niqinisekile entandweni yonke kaNkulunkulu.
UThikhikhu, umzalwane othandekayo nesikhonzi esithembekileyo, oyinceku kanye nami eNkosini, uyakunazisa konke okuqondene nami.