KwabaseKolose 1:21 - IsiZulu 2020 Nani ekade ningabafokazi nezitha engqondweni ngemisebenzi emibi, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nani ekade ningabafokazi nezitha engqondweni ngemisebenzi emibi, Baasraak Zulu New Testament Bible Nani enakade nahlukanisiwe futhi niyizitha engqondweni yenu ngemisebenzi emibi, nokho manje usenibuyise ukubuyisana. Contemporary Zulu Bible 2024 Nani enakade nahlukanisiwe futhi niyizitha engqondweni yenu ngemisebenzi emibi, nokho manje usenibuyise ukubuyisana. |
ukuze ngibambe indlu ka-Israyeli ededileyo kimi ngenhliziyo yayo ngenxa yazo zonke izithombe zayo.” ’ ”
Banyembenya abanye, bazonda uNkulunkulu; bayizidlova, bayazidla, bayazigabisa, bangabaqambi bokubi, nabangabalaleli abazali;
ukuthi ngaleso sikhathi naningenaye uKhristu, ningaphandle komphakathi wabakwa-Israyeli, ningabafokazi ezivumelwaneni zesithembiso, ningenathemba, futhi ningenaNkulunkulu emhlabeni.
Waqeda umthetho, imiyalo nezimiso, ukuze adale kuYena labo ababili, bahlangane babe muntu munye omusha, enze ukuthula.
Ngakho-ke aniseyibo abafokazi nezihambi, kodwa seniyizakhamuzi kanye nabangcwele, ningabendlu kaNkulunkulu,
abangqondo yabo ifiphazwe ngubumnyama, bahlukaniswa nokuphila kukaNkulunkulu ngenxa yokungazi kwabo nangenxa yobulukhuni benhliziyo yabo,
Ziphingi, anazi yini ukuthi ukuthanda izwe kungubutha kuNkulunkulu na? Ngakho-ke lowo othanda ukuba ngumngani wezwe, uzenza isitha sikaNkulunkulu.