Nalapho nibingelela abafowenu kuphela, yini ebalulekile eniyenzayo ngalokho na? Kanti abenzi yini kanjalo nabezizwe na?
KwabaseFilipi 4:22 - IsiZulu 2020 Bayakhonza bonke abazalwane abangcwele, ikakhulu abendlu kaKhesari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abangcwele bonke bayakhonza kini, ikakhulu abendlu kaKesari. Baasraak Zulu New Testament Bible Bayakhonza kini bonke abangcwele, ikakhulu abendlu kaKesari. Contemporary Zulu Bible 2024 Bayakhonza kini bonke abangcwele, ikakhulu abendlu kaKesari. |
Nalapho nibingelela abafowenu kuphela, yini ebalulekile eniyenzayo ngalokho na? Kanti abenzi yini kanjalo nabezizwe na?
belusizi kakhulu ngezwi alisho kubo elithi abasayukubuye babubone ubuso bakhe. Bamphelezela, baya emkhunjini.
Kepha u-Ananiya waphendula wathi: “Nkosi, ngizwile ngabaningi ngaleyo ndoda konke okubi ekwenzile kwabangcwele bakho eJerusalema;
Kwaze kwabacacela bonke abasendaweni yokwahlulela nabo bonke abanye, ukuthi ukuboshwa kwami kungenxa kaKhristu.
Khonzani kubo bonke abaniholayo, nakubo bonke abangcwele. Abase-Ithaliya bayakhonza kini.
Liyakhonza kini ibandla eliseBhabhiloni elikhethiweyo kanye nani, uyakhonza noMakhu indodana yami.