Nibe mqondo munye, nicabangelane ngokufanayo; ningazikhukhumezi, kodwa zihlanganiseni nabathobekileyo. Ningazishayi abahlakaniphileyo.
KwabaseFilipi 3:16 - IsiZulu 2020 kuphela masibambelele kulokho esesifinyelele kukho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kuphela ukuthi kwesesifinyelele kukho, sihambe ngawo lowo mkhondo. Baasraak Zulu New Testament Bible Nokho, lapho esesifinyelele khona, masihambe ngawo lowo mthetho, sicabange ngendlela efanayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Nokho, lapho esesifinyelele khona, masihambe ngawo lowo mthetho, sicabange ngendlela efanayo. |
Nibe mqondo munye, nicabangelane ngokufanayo; ningazikhukhumezi, kodwa zihlanganiseni nabathobekileyo. Ningazishayi abahlakaniphileyo.
Sengathi uNkulunkulu wokubekezela nokugqugquzeleka anganipha nibe nakuqonda kunye phakathi kwenu maqondana nokukaKhristu uJesu,
Bonke abahamba ngale ndlela makube kubo ukuthula nesihawu, yebo, nakuye u-Israyeli kaNkulunkulu.
Okubalulekile, hambani ngokufanele ivangeli likaKhristu, ukuze kuthi noma ngiza ukuzonibona noma ngizwa ngani ngingekho, ngizwe ukuthi nimi niqinile emoyeni munye, nangomphefumulo munye; nilwela inkolo yevangeli.
gcwalisani ukuthokoza kwami ukuba nibe namqondo munye, ninothando lunye, nibe nhliziyonye, nicabanga into yinye.
Ngakho-ke khumbula ukuthi wemukela, wezwa kanjani, ukugcine, uphenduke. Ngokuba uma ungalindi, ngiyakuza kuwe njengesela; kawusoze walazi ihora engiyakufika ngalo kuwe.