Kepha ngethembela eNkosini uJesu ukuthi ngizothumela kini uThimothewu ngokushesha, ukuze nami ngigqugquzeleke nxa sengizwe izindaba ezivela kini.
KwabaseFilipi 2:24 - IsiZulu 2020 Kepha nginethemba eNkosini ukuthi ngizakuza masinyane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha ngiyethemba eNkosini ukuthi nami ngizakuza eduzane. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa ngiyethemba eNkosini ukuthi lami ngokwami ngizakuza masinyane. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ngiyethemba eNkosini ukuthi lami ngokwami ngizakuza masinyane. |
Kepha ngethembela eNkosini uJesu ukuthi ngizothumela kini uThimothewu ngokushesha, ukuze nami ngigqugquzeleke nxa sengizwe izindaba ezivela kini.
Okunye-ke ngilungiseleni indawo lapho ngizogogobala khona, ngoba ngiyethemba ukuthi ngenxa yemikhuleko yenu, ngizobuyiselwa kini.
Kuningi ebenginokunilobela ngakho, kodwa angithandanga ukukuloba ephepheni ngoyinki. Ngiyethemba ukuthi ukuza kwami kini, ngikhulume nani bukhoma, kuyokwenza ukuthokoza kwethu kuphelele.