Ngakho-ke ngiyaninxusa ukuba ningadangali ngezinhlupheko engikuzo ngenxa yenu, eziwudumo kini.
KwabaseFilipi 2:18 - IsiZulu 2020 Nani-ke ngokunjalo thokozani, nithokoze kanye nami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokunjalo-ke thokozani nani, nithokoze kanye nami. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngenxa yalokho thokozani futhi, nithokoze kanye nami. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngenxa yalokho thokozani futhi, nithokoze kanye nami. |
Ngakho-ke ngiyaninxusa ukuba ningadangali ngezinhlupheko engikuzo ngenxa yenu, eziwudumo kini.
Yebo, nakuba nginikelwa emhlatshelweni nasenkonzweni yokukholwa kwenu, ngiyathokoza, ngithokoza nani nonke.
Kepha ngethembela eNkosini uJesu ukuthi ngizothumela kini uThimothewu ngokushesha, ukuze nami ngigqugquzeleke nxa sengizwe izindaba ezivela kini.
Elokugcina, bazalwane bami, thokozani eNkosini. Akungikhathazi ukuphinde nginilobele khona lokho, kodwa nina kuyanilonda.