Kepha abafelokazi abasebasha ungabafaki ohlwini, ngokuba uma sebeshiswa yinkanuko bayamdela uKhristu, bafune ukugana,
KuThithu 2:4 - IsiZulu 2020 ukuze bagqugquzele abesifazane abasebasha ukuba bathande abayeni babo, nabantwana babo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE ukuze bafundise abesifazane abasha ukuthanda amadoda abo, bathande nabantwana babo; Baasraak Zulu New Testament Bible ukuze bafundise abesifazane abasha ukuba nezithiyo, bathande abayeni babo, bathande abantwana babo, Contemporary Zulu Bible 2024 ukuze bafundise abesifazane abasha ukuba nezithiyo, bathande abayeni babo, bathande abantwana babo, |
Kepha abafelokazi abasebasha ungabafaki ohlwini, ngokuba uma sebeshiswa yinkanuko bayamdela uKhristu, bafune ukugana,
Ngakho-ke ngiyabayala abafelokazi abasebasha ukuba bagane, bazale izingane, banakekele indlu yabo, ukuze bangasiniki isitha ithuba lokuthuka.
abesifazane asebekhulile ubayale njengonyoko, nalabo abasebasha njengodadewenu, ngenhlanzeko yonke.
Kanjalo nabesifazane abadala mabaziphathe ngokufanele ubungcwele, bangabi yizinhlebi, nezigqila zewayini, kodwa babe ngabafundisi bokuhle,
babe ngabanengqondo, abamsulwa, abaphatha kahle amakhaya abo, abalungile, abathobela abayeni babo, ukuze lingahlanjalazwa izwi likaNkulunkulu.