Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




KumaHeberu 9:18 - IsiZulu 2020

Ngalokho-ke isivumelwano sokuqala asimiswanga ngaphandle kwegazi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngalokho-ke isivumelwano sokuqala asimiswanga ngaphandle kwegazi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Ngakho-ke isivumelwano sokuqala asenziwanga ngaphandle kwegazi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngakho-ke isivumelwano sokuqala asenziwanga ngaphandle kwegazi.

Uka jalj uñjjattʼäta



KumaHeberu 9:18
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Niyothatha isixha sehisophi nisicwilise egazini elisemcengezini, bese nibheca izimpundu nezinsika zeminyango, makungaphumi muntu emnyango kuze kube ngakusasa.


UMose wayeseletha amadodana ka-Aroni, nawo wawabheca ngegazi ezindlebeni zawo zesokunene, nasezithupheni zezandla zawo zesokunene, nakoqukula bezinyawo zawo zesokunene, wayesefafaza igazi nxazonke ze-althare.


kakhulu kangakanani igazi likaKhristu, okwathi ngoMoya ophakade wazinikela kuNkulunkulu engenasici, lizakuhlanza unembeza wethu emisebenzini efileyo, ukuze sikhonze uNkulunkulu ophilayo.


ngokuba isabiwo sefa sisebenza kuphela uma sekufiwe, asikwazi ukuba namandla nxa esekhona owasenzayo.


Ngokuba isikhulunyiwe imiyalelo yonke ngokomthetho nguMose kubantu bonke, wathatha igazi lamathole, elezimbuzi, amanzi, uboya obubomvu nehisophi, wafafaza incwadi nabantu bonke,


Yebo, cishe zonke izinto zihlanjululwa ngegazi ngokomthetho; ngaphandle kokuchitha igazi, akukho ukuthethelelwa.