Kepha uJohane wazama ukumenqabela, ethi: “Yimi engidinga ukubhabhadiswa nguwe, kepha Wena uza kimi na?”
KumaHeberu 7:23 - IsiZulu 2020 Kepha abaphristi bokuqala babebaningi, ngokuba bathiywa ngukufa ukuba baqhubeke njalo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kulabo-ke baba baningi ababekwa babe ngabapristi, ngokuba bathiyeka ngenxa yokufa ukuba baqhube njalo; Baasraak Zulu New Testament Bible Futhi ngempela babebaningi abapristi, ngoba ukufa kwakunqatshelwe ukuqhubeka. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi ngempela babebaningi abapristi, ngoba ukufa kwakunqatshelwe ukuqhubeka. |
Kepha uJohane wazama ukumenqabela, ethi: “Yimi engidinga ukubhabhadiswa nguwe, kepha Wena uza kimi na?”
kepha yena wabekwa ngokufunga nguye owakhuluma kuye, ethi: “INkosi yafunga, ayiyukuzisola, yathi: ‘Wena ungumphristi kuze kube phakade.’ ”
kodwa uJesu Yena, ngenxa yokuthi uphila ingunaphakade, unobuphristi obungenakuguquka.
Lapha-ke abantu abafayo bemukeliswa okweshumi, kodwa lapho ngofakazelwa ukuthi uyaphila.