“Bheka, izinsuku ziyeza,” kusho uSimakade, “lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli nendlu kaJuda,
KumaHeberu 10:17 - IsiZulu 2020 ngingabe ngisazikhumbula izono zabo nobubi babo.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE nezono zabo nobubi babo angisoze ngakukhumbula futhi.” Baasraak Zulu New Testament Bible Nezono zabo nobubi babo angisayikukukhumbula. Contemporary Zulu Bible 2024 Nezono zabo nobubi babo angisayikukukhumbula. |
“Bheka, izinsuku ziyeza,” kusho uSimakade, “lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli nendlu kaJuda,
Abasayukufundisana, kube yilowo nalowo afundise umakhelwane wakhe, noma umfowabo, athi: ‘Yazi uSimakade,’ ngokuba bonke bayakungazi, kusukela kwabancane kuya kwabadala,” kusho uSimakade, “ngokuba ngiyakubathethelela ububi babo, nesono sabo angisayukusikhumbula.”
Kepha lapho kukhona ukuthethelelwa kwalokho, akusadingeki ukunikela ngenxa yesono.
Ngokuba ngiyakubahawukela nakuba bonile, ngingabe ngisazikhumbula nezono zabo.”