Mina luqobo ngiyakuba yisibambiso sakhe; uyakumfuna kimi, uma ngingambuyisi ngimbeke phambi kwakho, lokho kuyakuba yicala lami imihla yonke yokuphila kwami,
KuFilemoni 1:18 - IsiZulu 2020 Kepha uma kukhona akone ngakho noma anecala kuwe ngakho, kubalele kimi lokho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa uma ekonile ngento, noma enecala kuwe, lokho kubalele kimi; Baasraak Zulu New Testament Bible Uma ekonile, noma enecala kuwe, kubalele mina lokho; Contemporary Zulu Bible 2024 Uma ekonile, noma enecala kuwe, kubalele mina lokho; |
Mina luqobo ngiyakuba yisibambiso sakhe; uyakumfuna kimi, uma ngingambuyisi ngimbeke phambi kwakho, lokho kuyakuba yicala lami imihla yonke yokuphila kwami,
Mina, Pawula, ngikulobele ngesandla sami, ngiyakukubuyisela, ukuze ngingasho kuwe ukuthi unecala kimi ngoba oyikho, uyikho ngami.