Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Johane 9:21 - IsiZulu 2020

Kepha ukuthi usebona kanjani manje nokuthi ngubani ovule amehlo akhe, asazi; buzani yena; usekhulile, uzakuziphendulela yena.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

kepha ukuthi usebona kanjani kalokhu asazi, nokuthi ngubani ovule amehlo akhe asazi; mbuzeni yena, usekhulile, uzozikhulumela yena.”

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Kodwa ukuthi usebona njani khathesi asazi; nokuthi ngubani ovule amehlo akhe, asazi; mbuze: uzakuzikhulumela yena.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kodwa ukuthi usebona njani khathesi asazi; nokuthi ngubani ovule amehlo akhe, asazi; mbuze: uzakuzikhulumela yena.

Uka jalj uñjjattʼäta



Johane 9:21
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Owesifazane owayenesifo somopho iminyaka eli-12, owayesezame kwabaningi efuna ukuphulukiswa kodwa akaze akuthola.


Kwakukhona lapho umuntu othile owayesegule iminyaka engama-38.


Base bethi kuyo: “Pho amehlo akho avulwe kanjani na?”


Abazali bayo baphendula bathi: “Siyazi ukuthi lo muntu uyindodana yethu nokuthi wazalwa eyimpumputhe.


Abazali bayo basho lokho, ngokuba babesaba abaJuda, lokhu abaJuda base bevumelene ngokuthi, uma kukhona ovuma ukuthi unguKhristu, uzakunqunywa esinagogeni.


Ngakho-ke abazali bayo bathi: “Isikhulile, buzani yona.”


Wafumana lapho umuntu othile ogama lakhe kungu-Eneya, owayeselale ecansini iminyaka eyisishiyagalombili, efe uhlangothi.