Johane 9:1 - IsiZulu 2020 Kuthe uJesu edlula, wabona indoda eyayiyimpumputhe kwasekuzalweni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. |
Kwakuhleli izimpumputhe ezimbili ngasendleleni. Zathi zingezwa ukuthi uJesu uyadlula, zamemeza zathi: “Nkosi, Ndodana kaDavide, sihawukele!”
Ngenkathi uJesu edlula lapho, walandelwa yizimpumputhe ezimbili ezazimemeza zithi: “Ndodana kaDavide, sihawukele!”
UJesu wambuza uyise wathi: “Sekunesikhathi esingakanani kwenzeka kuyo lokhu na?” Wathi: “Kusukela isengumntwana.
Owesifazane owayenesifo somopho iminyaka eli-12, owayesezame kwabaningi efuna ukuphulukiswa kodwa akaze akuthola.
Base becosha amatshe ukuze bamkhande ngawo, kodwa uJesu wafihlakala kubo, waphuma ethempelini.
Abafundi bakhe bambuza, bathi: “Rabi, ngubani owonayo; yilo noma ngabazali bakhe, ukuze azalwe eyimpumputhe na?”
EListra kwakuhleli indoda eyayikhubazeke ngezinyawo; iyisishosha kwasesizalweni sikanina; ingakaze ihambe nakanye.
Lapho abantu bendawo bebona isilwane silenga esandleni sakhe, bakhuluma bodwa, bathi: “Impela lo muntu ungumbulali, kuthi noma esesinde olwandle, kodwa ukuLunga kungavumi ukuba aphile.”
Umuntu okwakwenziwe kuye leso sibonakaliso sokuphiliswa wayeseneminyaka eyevile kwengama-40.
Wafumana lapho umuntu othile ogama lakhe kungu-Eneya, owayeselale ecansini iminyaka eyisishiyagalombili, efe uhlangothi.