Isixuku siyakubakhanda ngamatshe, sibahlahlele ngezinkemba zaso, sibulale amadodana abo namadodakazi abo, sizishise ngomlilo izindlu zabo.
Johane 8:5 - IsiZulu 2020 Emthethweni, uMose wasiyala ngabanje ukuba bakhandwe ngamatshe. Ngakho-ke Wena uthini na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emthethweni uMose wasiyala ngabanje ukuba bakhandwe ngamatshe. Pho, wena uthini na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Emthethweni uMose wasiyala ukuba abanjalo bakhandwe ngamatshe; wena-ke uthini na? Contemporary Zulu Bible 2024 Emthethweni uMose wasiyala ukuba abanjalo bakhandwe ngamatshe; wena-ke uthini na? |
Isixuku siyakubakhanda ngamatshe, sibahlahlele ngezinkemba zaso, sibulale amadodana abo namadodakazi abo, sizishise ngomlilo izindlu zabo.
“ ‘Umuntu ophinga nomfazi womunye, nomuntu ophinga nomfazi kamakhelwane wakhe, labo abaphingileyo bayakubulawa.
Kepha uJosefa, indoda yakhe, ngenxa yokuba engumuntu olungileyo, akathandanga ukumthela ngehlazo, wayefuna ukuhlukana naye ngasese.
“Ningasho ukuthi ngizochitha umthetho nabaphrofethi. Angizelanga ukuzochitha, kodwa ngize ukuzogcwalisa.