Kuthe besambuza waphakama, wathi kubo: “Ongenasono phakathi kwenu makabe ngowokuqala ukumkhanda ngetshe.”
Johane 8:10 - IsiZulu 2020 UJesu waphakama wathi kuye: “Sifazane, baphi labo abakumangaleleyo na? Akekho yini okulahla ngecala na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu wayeselulama; engaboni muntu ngaphandle kowesifazane wathi kuye: “Sifazane, baphi labo bamangaleli bakho na? Akakho okulahlayo na?” Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wayeseselulama, engaboni muntu ngaphandle kowesifazane, wathi kuye: “Sifazane, baphi labo bamangaleli bakho na? akakho okulahlileyo na? Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wayeseselulama, engaboni muntu ngaphandle kowesifazane, wathi kuye: “Sifazane, baphi labo bamangaleli bakho na? akakho okulahlileyo na? |
Kuthe besambuza waphakama, wathi kubo: “Ongenasono phakathi kwenu makabe ngowokuqala ukumkhanda ngetshe.”
Bathi ukuzwa lokho, baphuma ngamunye ngamunye, kuqala kwabadala kwaze kwaba ngabokugcina. UJesu wasala yedwa nowesifazane emile khona lapho.