Labo abadlayo kwakungamadoda abalelwa ezi-5 000, ngaphandle kwabesifazane nezingane.
Johane 6:10 - IsiZulu 2020 UJesu wathi: “Bahlaliseni abantu.” Kwakunotshani obuningi kuleyo ndawo. Ahlala phansi-ke amadoda, ayebalelwa ezi-5 000. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu wathi: “Bahlaliseni abantu.” Kwakukhona utshani obuningi kuleyo ndawo. Ahlala phansi-ke amadoda, umumo wawo kungathi izinkulungwame eziyisihlanu. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wathi: “Bahlaliseni abantu phansi. Kwakukhona utshani obuningi kuleyo ndawo. Ahlala-ke amadoda, umumo wawo kungathi izinkulungwane eziyisihlanu. Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wathi: “Bahlaliseni abantu phansi. Kwakukhona utshani obuningi kuleyo ndawo. Ahlala-ke amadoda, umumo wawo kungathi izinkulungwane eziyisihlanu. |
Labo abadlayo kwakungamadoda abalelwa ezi-5 000, ngaphandle kwabesifazane nezingane.