Base bekhubeka ngaye, kepha uJesu wathi kubo: “Umphrofethi akadelelwa ngaphandle kwasezweni lakubo nasendlini yakwabo.”
Johane 4:44 - IsiZulu 2020 Ngokuba uJesu uqobo wafakaza ukuthi umphrofethi akahlonishwa ezweni lakubo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uJesu uqobo wafakaza ngokuthi umprofethi kaziswa ezweni lakubo. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba uJesu uqobo wafakaza ngokuthi umprofethi kadunyiswa ezweni lakubo. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba uJesu uqobo wafakaza ngokuthi umprofethi kadunyiswa ezweni lakubo. |
Base bekhubeka ngaye, kepha uJesu wathi kubo: “Umphrofethi akadelelwa ngaphandle kwasezweni lakubo nasendlini yakwabo.”
UJesu wayesethi kubo: “Umphrofethi akadelelwa ezizweni, ngaphandle kwelakubo, nasezihlotsheni zakhe, nakwabendlu yakwabo.”
Wathi-ke: “Ngiqinisile ngithi kini: akukho mphrofethi owemukelekayo ezweni lakubo.