Samemeza sathi: ‘Baba Abhrahama, ngihawukele, uthume uLazaru, ukuba agcobhoze isihloko somunwe wakhe emanzini, apholise ulimi lwami, ngokuba ngisezinhlungwini ezinzima kabi kuleli langabi.’
Johane 4:13 - IsiZulu 2020 UJesu waphendula, wathi kuye: “Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakuphinde ome. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphendula uJesu, wathi kuye: “Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakubuye ome; Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu waphendula wathi kuye: “Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakubuye ome; Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu waphendula wathi kuye: “Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakubuye ome; |
Samemeza sathi: ‘Baba Abhrahama, ngihawukele, uthume uLazaru, ukuba agcobhoze isihloko somunwe wakhe emanzini, apholise ulimi lwami, ngokuba ngisezinhlungwini ezinzima kabi kuleli langabi.’
Ngabe Wena umkhulu yini kunokhokho wethu uJakobe owasipha lo mthombo, waphuza kuwo, yena namadodana akhe nemihlambi yakhe na?”
Kepha lowo oyakuphuza amanzi engiyakumnika wona, akayikoma naphakade. Ngokuba amanzi engiyakumnika wona ayakuba kuye ngumthombo wamanzi aphuphumsayo, kube ngukuphila kwaphakade.”
Ningasebenzeli ukudla okuphelayo, kepha ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyakunipha khona iNdodana yomuntu, ngokuba uYise uNkulunkulu ubekile uphawu lwakhe kuyo.”