Johane 21:13 - IsiZulu 2020 UJesu weza, wathatha isinkwa, wabapha, nangezinhlanzi wenza kanjalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu weza, wathabatha isinkwa, wabapha, nezinhlanzi futhi. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wayesesiza, wathatha isinkwa, wabanika, nezinhlanzi ngokunjalo. Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wayesesiza, wathatha isinkwa, wabanika, nezinhlanzi ngokunjalo. |
Kuthe sebephumele emhlabathini, babona umlilo wamalahle, nezinhlanzi zibekwe kuwo, nesinkwa.
Ngakho-ke uJesu wathatha izinkwa, wabonga, wayesezabela ababehleli lapho, wenza kanjalo futhi nangezinhlanzi, njengokuthanda kwabo.
“Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili, kodwa kuyini lokhu kubantu abaningi kangaka na?”
hhayi kubantu bonke, kodwa kithina esingofakazi ababekhethwe nguNkulunkulu phambilini, esasidla siphuza naye, emva kokuba esemvusile kwabafileyo.