Wathi: “Noma kungenzekani, ngizogijima.” Wathi kuye: “Gijima.” Wayesegijima u-Ahimahazi ngendlela esethafeni, wamdlula umKhushe.
Johane 20:4 - IsiZulu 2020 Bobabili bagijima, kodwa lo omunye umfundi wagijima kakhulu kunoPhethro, wafika kuqala ethuneni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bagijima bobabili kanyekanye; kepha umfundi omunye wagijima kakhulu kunoPetru, wafika kuqala ethuneni; Baasraak Zulu New Testament Bible Base begijima bobabili kanyekanye; kepha omunye umfundi wamgijima kakhulu uPetru, wafika kuqala ethuneni. Contemporary Zulu Bible 2024 Base begijima bobabili kanyekanye; kepha omunye umfundi wamgijima kakhulu uPetru, wafika kuqala ethuneni. |
Wathi: “Noma kungenzekani, ngizogijima.” Wathi kuye: “Gijima.” Wayesegijima u-Ahimahazi ngendlela esethafeni, wamdlula umKhushe.
umphristi uyakusihlola isifo; uma sibonakala sishonile kunesikhumba noboya bubuncane kuso, izinwele zimpofana, umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile: ngumuna, wuchoko lwekhanda noma lwesilevu.
Ngakho-ke wangena-ke nomfundi omunye obefike kuqala ethuneni, wabona, wakholwa,
Anazi yini ukuthi abagijimayo bencintisana, bagijima bonke, kodwa munye othola umklomelo na? Gijimani kanjalo, ukuze niwuthole.
Uma kukhona ukulangazela, nesipho siyemukeleka njengalokhu umuntu ethanda, kungayi ngalokho angenakho.