UPhethro wayehleli phandle egcekeni, enye yamantombazane yeza kuye, yathi: “Nawe ubunoJesu waseGalile.”
Johane 18:16 - IsiZulu 2020 Kepha uPhethro wayemi ngaphandle kwesango. Waphuma lowo mfundi owayaziwa ngumphristi omkhulu, wakhuluma nentombazane engumlindimnyango, yayisimngenisa uPhethro. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha uPetru wayemi ngaphandle emnyango. Waphuma-ke lowo mfundi omunye owaziwa ngumpristi omkhulu, wakhuluma nomlindikazi womnyango, wamngenisa uPetru. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa uPetro wema ngaphandle emnyango. Khona waphuma lowo omunye umfundi owaziwa ngumpristi omkhulu, wakhuluma nomlindi wesango, wamngenisa uPetru. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uPetro wema ngaphandle emnyango. Khona waphuma lowo omunye umfundi owaziwa ngumpristi omkhulu, wakhuluma nomlindi wesango, wamngenisa uPetru. |
UPhethro wayehleli phandle egcekeni, enye yamantombazane yeza kuye, yathi: “Nawe ubunoJesu waseGalile.”
Kwakuthi njalo ngomkhosi, umbusi akhululele isixuku isiboshwa sibe sinye esisithandayo.
Kwakuthi njalo ngesikhathi somkhosi, uPilatu abakhululele isiboshwa sibe sinye abasicelileyo.
Kwathi esengqongqozile esivalweni sesango, kweza intombazana ukuba ilalele; igama layo kunguRoda.