Esesukumile ekukhulekeni, waya kubafundi bakhe, wabafica belele, ngokuba babedabukile kakhulu.
Johane 16:6 - IsiZulu 2020 Ngokuba ngikhulume lokhu kini, inhliziyo yenu isigajwe wusizi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ngokuba ngikhulume lokho kini, inhliziyo yenu igcwele usizi. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa ngokuba ngikhulume lokho kini, usizi lugcwele enhliziyweni yenu. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ngokuba ngikhulume lokho kini, usizi lugcwele enhliziyweni yenu. |
Esesukumile ekukhulekeni, waya kubafundi bakhe, wabafica belele, ngokuba babedabukile kakhulu.
Wayesethi kubo: “Zindaba zini lezi enihamba nizidingida na?” Base bema bedangele.