Bengazi Mina ukuthi uhlala ungizwa, kodwa ngenxa yesixuku esingiphahlileyo ngikushilo lokho, ukuze sikholwe wukuthi nguwe ongithumileyo.”
Johane 12:11 - IsiZulu 2020 ngokuba ngenxa yakhe, abaningi babaJuda base behlubukile bakholwa kuJesu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba ngenxa yakhe abaningi babaJuda bamuka bakholwa nguJesu. Baasraak Zulu New Testament Bible ngokuba ngenxa yakhe abaningi babaJuda bamuka, bakholwa nguJesu. Contemporary Zulu Bible 2024 ngokuba ngenxa yakhe abaningi babaJuda bamuka, bakholwa nguJesu. |
Bengazi Mina ukuthi uhlala ungizwa, kodwa ngenxa yesixuku esingiphahlileyo ngikushilo lokho, ukuze sikholwe wukuthi nguwe ongithumileyo.”
Uma simyeka, bonke bazakukholwa kuye, bese kufika amaRoma asithumbe, athathe nethempeli lethu nesizwe sakithi.”
Yingakho-ke isixuku sahamba samhlangabeza, ngokuba sasizwile ukuthi wenze leso sibonakaliso.
Nokho-ke nakuba kunjalo, ababusi abaningi bakholwa kuye, kodwa ngenxa yabaFarisi abamvumanga esidlangalaleni, funa baxoshwe esinagogeni,
Kepha abaningi esixukwini bakholwa nguye, bathi: “Ngabe uKhristu nxa esefikile uyakwenza izimangaliso eziningi ezedlula azenzileyo lo na?”
Kepha abaJuda, bebona izixuku, bagcwala umona baqala ukuphikisana nokwakushiwo nguPawula futhi behlambalaza.