wathi kubo: “Dedani, ngokuba intombazane ayifile, kodwa ilele.” Bamhleka usulu.
Johane 11:13 - IsiZulu 2020 Kepha uJesu wayekhuluma ngokufa kwakhe, kodwa bona babethi ukhuluma ngokulala ubuthongo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uJesu wayekhuluma ngokufa kwakhe, kepha bona babethi ukhuluma ngokulala ubuthongo. Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha uJesu wayekhuluma ngokufa kwakhe, kepha bona babethi ukhuluma ngokuphumula ebuthongweni. Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha uJesu wayekhuluma ngokufa kwakhe, kepha bona babethi ukhuluma ngokuphumula ebuthongweni. |
wathi kubo: “Dedani, ngokuba intombazane ayifile, kodwa ilele.” Bamhleka usulu.
Wakukhuluma lokho, qede wathi kubo: “ULazaru, umngani wethu ulele, kodwa ngiyahamba ukuze ngimvuse ebuthongweni.”