Johane 10:23 - IsiZulu 2020 UJesu wayehamba ethempelini, emphemeni kaSolomoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu wayehamba ethempelini emphemeni kaSolomoni. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wayehambahamba ethempelini ekhulusini likaSolomoni. Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wayehambahamba ethempelini ekhulusini likaSolomoni. |
Isabambelele kuPhethro noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni okuthiwa okaSolomoni, beshaqeke kakhulu.
Kwenziwa izimangaliso nezibonakaliso eziningi kubantu, ngezandla zabaphostoli. Bonke babenhliziyonye besemphemeni kaSolomoni.