Johane 1:8 - IsiZulu 2020 Yena wayengesikho ukukhanya, kodwa wayengozofakaza ngokukhanya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yena wayengesikho ukukhanya, kepha wayengozofakaza ngokukhanya. Baasraak Zulu New Testament Bible Yena wayengesikho ukukhanya, kepha wayengofakazi bokukhanya. Contemporary Zulu Bible 2024 Yena wayengesikho ukukhanya, kepha wayengofakazi bokukhanya. |
Nani ngokwenu niyangifakazela ukuthi ngathi: ‘Angisiye uKhristu mina, kodwa ngithunyiwe ukuba ngimandulele.’
UPawula wayesethi: “UJohane wabhabhadisa ngombhabhadiso wokuphenduka, ethi kubantu mabakholwe nguYena ozakufika emuva kwakhe; lowo nguJesu.”