Kepha uJesu waphendula wathi: “Angithunyelwanga kwabanye, kodwa kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu yakwa-Israyeli.”
Johane 1:11 - IsiZulu 2020 Weza kokwakhe, kodwa abakhe abamemukelanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Weza kokwakhe, abakhe abamamukelanga. Baasraak Zulu New Testament Bible Weza kokwakhe, abakhe abamamukelanga. Contemporary Zulu Bible 2024 Weza kokwakhe, abakhe abamamukelanga. |
Kepha uJesu waphendula wathi: “Angithunyelwanga kwabanye, kodwa kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu yakwa-Israyeli.”
“Kepha abantu bezwe lakhe babemzonda, ngakho-ke bathumela amanxusa, amlandela, ukuba afike lapho, athi: ‘Asithandi ukuba lo abuse phezu kwethu.’
Kepha bonke abamemukelayo, labo abakholwa egameni lakhe, wabapha igunya lokuba babe ngabantwana bakaNkulunkulu,
Wayesethi kumfundi: “Bheka unyoko.” Kusukela ngaleso sikhathi, lowo mfundi wamthatha uMariya, wamnakekela.
“Madoda, bazalwane, madodana olibo luka-Abhrahama, nalabo phakathi kwenu abesaba uNkulunkulu; izwi lale nsindiso lithunyelwe kithi.
UPawula noBharnabha bakhuluma ngesibindi, bathi: “Bekuswelekile ukuba izwi likaNkulunkulu lishunyayelwe kini kuqala, kepha njengalokhu nilinqaba, nizisholo nina ngokwenu ukuthi anifanele ukuphila okuphakade, bhekani-ke, sesiphendukela kwabezizwe.
Ngokuba ngithi, uKhristu waba yisikhonzi sabasokileyo ngenxa yeqiniso likaNkulunkulu, ukuze aqinise izithembiso ezaphiwa okhokho;
Ngikhuluma iqiniso ngikuKhristu, angiqambi manga, unembeza wami ufakazelana nami kuMoya oNgcwele,
okungababo okhokho, nadabuka kubo uKhristu ngokwenyama, Yena onguNkulunkulu ophezu kwakho konke, obongekayo kuze kube phakade. Amen.
Kepha lapho sesifikile isikhathi esimisiweyo, uNkulunkulu wathumela iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazane, izelwe phansi komthetho,