Mina, Daniyeli, yimi ngedwa engawubona umbono, ngokuba abantu ababenami abawubonanga, kepha behlelwa ngukuthuthumela okukhulu, babaleka bayocasha.
IzEnzo 9:7 - IsiZulu 2020 Amadoda ayehamba naye ayemi ekhungathekile, ngokuba alizwa izwi, kodwa awabonanga muntu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha amadoda ayehamba naye ayemi engenakukhuluma, ngokuba ezwa izwi kodwa ayengaboni muntu. Baasraak Zulu New Testament Bible Lamadoda ayehamba laye ayemi engelakukhuluma, ezwa ilizwi, kodwa engaboni muntu. Contemporary Zulu Bible 2024 Lamadoda ayehamba laye ayemi engelakukhuluma, ezwa ilizwi, kodwa engaboni muntu. |
Mina, Daniyeli, yimi ngedwa engawubona umbono, ngokuba abantu ababenami abawubonanga, kepha behlelwa ngukuthuthumela okukhulu, babaleka bayocasha.
Ngakho-ke abantu ababemile bezwa, bathi: “Beliduma;” abanye bathi: “Ingelosi ikhulume kuye.”
“Kepha labo ababenami bakubona ukukhanya, kodwa izwi lowakhuluma nami abalizwanga.