IzEnzo 9:26 - IsiZulu 2020 Kuthe esefikile eJerusalema, wazama ukuzihlanganisa nabafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esefikile eJerusalema wazama ukuzihlanganisa nabafundi; kepha bonke bamesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi uSawuli esefikile eJerusalema, walinga ukuzihlanganisa labafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uSawuli esefikile eJerusalema, walinga ukuzihlanganisa labafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi. |
kodwa ngamemezela kwabaseDamaseku kuqala, nakwabaseJerusalema, nakulo lonke iJudiya nakwabezizwe ukuba baphenduke, baguqukele kuNkulunkulu, benze imisebenzi efanele ukuphenduka.
Kuthe sebededelwe, baya kwabakubo; bababikela konke abaphristi abakhulu namalunga abakushilo kubo.
Kuthe esedlile, abuya amandla. Wahlala nabafundi baseDamaseku izinsuku ezithile.
Kukhona abazalwane mbumbulu abangena isinyenyela bezokuba yizinhloli zenkululeko esinayo kuKhristu uJesu, ukuze basenze izigqila.