Nimbikele ubaba ngakho konke ukuhlonipheka kwami eGibhithe, nangakho konke enikubonileyo, bese nisheshe nimehlisa eze lapha.”
IzEnzo 7:14 - IsiZulu 2020 UJosefa wathumela, walanda uyise uJakobe nabo bonke abakubo, abantu abangama-75. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJosefa wayesethumela wabiza uJakobe uyise nabakubo bonke, abantu abangamashumi ayisikhombisa nanhlanu. Baasraak Zulu New Testament Bible UJosefa wayesethuma wabiza uJakobe uyise, nezihlobo zakhe zonke, abantu abangamashumi ayisikhombisa nanhlanu. Contemporary Zulu Bible 2024 UJosefa wayesethuma wabiza uJakobe uyise, nezihlobo zakhe zonke, abantu abangamashumi ayisikhombisa nanhlanu. |
Nimbikele ubaba ngakho konke ukuhlonipheka kwami eGibhithe, nangakho konke enikubonileyo, bese nisheshe nimehlisa eze lapha.”
Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.
Sebebonke abaphuma okhalo lukaJakobe babengabantu abangama-70. UJosefa wayevele eseseGibhithe.
Ngakho-ke abalamukelayo izwi lakhe babhabhadiswa, kwanezelelwa ngalolo suku abantu okungathi bayizi-3 000.
Okhokho bakho babengama-70 ngesikhathi behlela eGibhithe; manje uSimakade uNkulunkulu wakho ukwenzile waba lukhumbintethe ngangezinkanyezi zezulu.”