Kwabuthana abaphristi abakhulu namalunga esizwe emzini womphristi omkhulu okuthiwa nguKhayifase.
IzEnzo 4:6 - IsiZulu 2020 u-Anase umphristi omkhulu, uKhayifase, uJohane, u-Aleksandru, nabo bonke abendlu yomphristi omkhulu; IBHAYIBHELI ELINGCWELE no-Anase umpristi omkhulu, noKayafase, noJohane, no-Aleksandru, nabo bonke abendlu yompristi omkhulu, Baasraak Zulu New Testament Bible Kwabuthana u-Anase umpristi omkhulu, noKayafase, noJohane, no-Aleksandru, nabo bonke ababeyizihlobo zompristi omkhulu, babuthana eJerusalema. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwabuthana u-Anase umpristi omkhulu, noKayafase, noJohane, no-Aleksandru, nabo bonke ababeyizihlobo zompristi omkhulu, babuthana eJerusalema. |
Kwabuthana abaphristi abakhulu namalunga esizwe emzini womphristi omkhulu okuthiwa nguKhayifase.
ngesikhathi u-Anase engumphristi omkhulu kanye noKhayifase, kwafika izwi likaNkulunkulu kuJohane, indodana kaZakhariya, esehlane.
Kepha omunye wabo, uKhayifase, owayengumphristi omkhulu ngalowo nyaka, wathi kubo: “Anazi lutho nina,
babamisa phakathi kwabo, bababuza bathi: “Nikwenze lokhu ngaliphi igunya nangaliphi igama na?”
Sebezwile, bangena ethempelini entathakusa, bafundisa. Kepha kwafika umphristi omkhulu nayehamba nabo, babizela ndawonye umkhandlu namalunga wonke abantu bakwa-Israyeli, base bethumela ejele ukuba balethwe kubo.