Wawugoqa umqulu, wawunika isikhonzi, wahlala; amehlo wonke ababesesinagogeni amgqolozela.
IzEnzo 3:4 - IsiZulu 2020 Kepha uPhethro noJohane bayigqolozela, wathi kuyo: “Sibheke!” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uPetru wamgqolozela kanye noJohane, wathi: “Sibheke!” Baasraak Zulu New Testament Bible UPetro wasemgqolozela kanye loJohane, wathi: Sikhangele. Contemporary Zulu Bible 2024 UPetro wasemgqolozela kanye loJohane, wathi: Sikhangele. |
Wawugoqa umqulu, wawunika isikhonzi, wahlala; amehlo wonke ababesesinagogeni amgqolozela.
UJesu wathi kuye: “Angikutshelanga yini ukuthi uma ukholwa, uzakubona inkazimulo kaNkulunkulu na?”
UJesu embona elele lapho, futhi azi ukuthi sekuyisikhathi eside egula, wathi kuye: “Uyathanda yini ukusinda na?”
Wayigqolozela enovalo, wathi: “Kwenzenjani, Nkosi na?” Yathi kuye: “Imikhuleko yakho nokwabela kwakho abampofu izipho kwenyukile, kwaba yisikhumbuzo phambi kukaNkulunkulu.
Ngasibhekisisa, ngasigqolozela, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, izilo zasendle, nezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.
UPhethro noJohane bakhuphukela ethempelini ngehora lesishiyagalolunye elingelokukhuleka.
Isabambelele kuPhethro noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni okuthiwa okaSolomoni, beshaqeke kakhulu.
UPhethro ekubona lokho wakhuluma kubantu wathi: “Madoda akwa-Israyeli, kungani nimangele ngalokhu futhi nisigqolozelelani sengathi simenze ngamandla ethu nangokukholwa kwethu ukuba ahambe na?
Kwathi ukuba ibone uPhethro noJohane bezongena ethempelini, yacela ukuphiwa isipho.