Basihlonipha kakhulu impela, kwathi mhla sihamba ngomkhumbi, basipha esikudingayo.
basitusa ngokutusa okuningi; kwathi mhla simuka ngomkhumbi, basinika esikudingayo.
abasidumisile futhi ngokutusa okuningi; kwathi sesihamba, basithwalisa esikudingayo.
UHazayeli wayesehamba wayomhlangabeza, wathatha izipho nazo zonke izinto ezinhle eDamaseku; imithwalo yamakameli angama-40. Wafika wema phambi kuka-Elisha, wathi kuye: “Indodana yakho uBheni Hadadi, inkosi yase-Aramu, ingithume kuwe, yathi: ‘Ngabe ngizosinda yini kulesi sifo na?’ ”
Makadunyiswe uSimakade, uNkulunkulu wokhokho bethu, obeke into enje enhliziyweni yenkosi, ukuba ihlobise indlu kaSimakade eJerusalema ngale ndlela,
obenyanyayo abanengekayo, kepha ebazisa abesaba uSimakade; owenza isifungo asigcine, noma isimo singamvumeli;
Emva kwezinyanga ezintathu, sahamba ngomkhumbi wase-Aleksandriya owawume esiqhingini ukuze kwedlule ubusika, owawunophawu lwamaWele.
Sekwenzekile lokho, iningi labantu basesiqhingini baletha nabanye ababenezifo, baphiliswa.
UNkulunkulu wami uyakunabela konke enikudingayo ngokwengcebo yakhe ekukhazimuleni kuKhristu uJesu.
Asizange sifune ukutuswa ngabantu, noma yinina, noma ngabanye;