“Ngokuba bheka, ngiyakukhipha umyalo, nginyakazise indlu yakwa-Israyeli phakwathi kwezizwe zonke, njengokunyakaziswa kwesihlungo kuhlungwa, kodwa kungabi bikho okusanhlamvu okuwela emhlabathini.
IzEnzo 27:44 - IsiZulu 2020 Ababesele balandele, abanye ngamapulangwe, abanye ngezinye izinto zomkhumbi. Kwenzeka kanjalo-ke ukuthi bonke baphumele emhlabathini bephephile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nabaseleyo bafike, abanye ngamapulangwe, abanye ngezinye izinto zomkhumbi. Kanjalo-ke kwenzeka ukuba bonke baphumele emhlabathini besindile. Baasraak Zulu New Testament Bible abaseleyo, abanye phezu kwamapulangwe, abanye phezu kweziqephu zomkhumbi. Kwasekusithi babaleka bonke, bafika emhlabathini. Contemporary Zulu Bible 2024 abaseleyo, abanye phezu kwamapulangwe, abanye phezu kweziqephu zomkhumbi. Kwasekusithi babaleka bonke, bafika emhlabathini. |
“Ngokuba bheka, ngiyakukhipha umyalo, nginyakazise indlu yakwa-Israyeli phakwathi kwezizwe zonke, njengokunyakaziswa kwesihlungo kuhlungwa, kodwa kungabi bikho okusanhlamvu okuwela emhlabathini.
Manje ngiyaneluleka ukuba nime isibindi, ngokuba akuzukufa namunye phakathi kwenu, kodwa umkhumbi kuphela.
yathi: ‘Ungesabi, Pawula, kumele ukuba ume phambi kukaKhesari. UNkulunkulu ukuphile bonke abahamba nawe kulo mkhumbi.’
uPawula wathi enduneni yekhulu nasemabuthweni: “Uma laba bengahlali emkhunjini, anisoze nasinda nina.”
“Uma kunzima ukusindiswa kolungileyo, uyakubonakalaphi ongamesabi uNkulunkulu noyisoni na?”