kodwa uma kungukuqophisana ngamazwi, ngamagama nangomthetho wakini, ziboneleni nina. Mina angifuni ukuba ngumehluleli walokho.”
IzEnzo 26:30 - IsiZulu 2020 Inkosi yayisisukuma nombusi noBhernike nababehlezi nabo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Inkosi yayisisukuma nombusi noBernike kanye nababehlezi nabo; Baasraak Zulu New Testament Bible Eseshilo lokho, yasukuma inkosi, nombusi, noBernike, nababehlezi nabo; Contemporary Zulu Bible 2024 Eseshilo lokho, yasukuma inkosi, nombusi, noBernike, nababehlezi nabo; |
kodwa uma kungukuqophisana ngamazwi, ngamagama nangomthetho wakini, ziboneleni nina. Mina angifuni ukuba ngumehluleli walokho.”
Ngakho-ke ngakusasa kwafika u-Agripha noBhernisi, bemukelwa ngokuhlonishwa okukhulu, bangena endlini yamacala nezinduna zenkulungwane nezikhulu zomuzi. UFestu wayaleza ukuba uPawula alethwe kubo.
kwathi sebegudlukile, bakhuluma bodwa, bathi: “Lo muntu akenzanga lutho olufanele ukuba afe noma ukuboshwa.”
Kepha thina siyathanda ukuzwa ukuthi ucabangani, ngokuba siyazi ngaleli hlelo ukuthi liyaphikiswa ezindaweni zonke.”