Uma abendlu yami bethi: ‘Ngubani ongathola umuntu ongasuthanga ngenyama etafuleni likaJobe na?’
IzEnzo 25:2 - IsiZulu 2020 Abaphristi abakhulu nezikhulu zabaJuda bamchazela ngoPawula. Bamncenga, IBHAYIBHELI ELINGCWELE abapristi abakhulu nezikhulu zabaJuda base bemangalela uPawulu kuye, bamncenga, Baasraak Zulu New Testament Bible Khona umpristi omkhulu nezikhulu zabaJuda bamangalela uPawulu kuye, bamncenga. Contemporary Zulu Bible 2024 Khona umpristi omkhulu nezikhulu zabaJuda bamangalela uPawulu kuye, bamncenga. |
Uma abendlu yami bethi: ‘Ngubani ongathola umuntu ongasuthanga ngenyama etafuleni likaJobe na?’
Ngokuba abalali uma bengakwenzanga okubi; bayaqwasha uma bengakhubekisanga muntu;
Emva kwezinsuku ezinhlanu, umphristi omkhulu, u-Ananiya, namanye amalunga, wehlela eKhesariya nommeli thizeni okuthiwa nguTherthulu; owachazela umbusi amacala abekwe wona uPawula.
okwathi ngiseJerusalema, abaphristi abakhulu namalunga abaJuda bangibikela ngayo becela ukuba ilahlwe ngecala.
UFestu wathi: “Nkosi, Agripha, nani nonke madoda enilapha kanye nathi, niyambona lo uquqaba lwabaJuda olwangincenga ngaye eJerusalema nalapha, lumemeza luthi akafanele ukuphila,
Kwathi sekwedlule izinsuku ezintathu, wabiza labo abadumile babaJuda ukuba beze kuye. Sebebuthene, wathi kubo: “Madoda, bazalwane, nakuba mina kungekho lutho oluphambene nesizwe namasiko okhokho engilwenzileyo, nokho ngisuswe eJerusalema ngiboshiwe, nganikelwa ezandleni zamaRoma.
besivimbela ukuba sikhulume nabezizwe ukuze basindiswe. Ngalokho-ke bazinqwabela njalo izono zabo, kodwa ulaka selwehlele phezu kwabo ngokupheleleyo.