Lapho uSimakade ethokozile ngezindlela zomuntu, wenza izitha zakhe zihlalisane ngokuthula naye.
IzEnzo 24:23 - IsiZulu 2020 Wajuba induna yekhulu ukuba imgcine uPawula, kodwa imnike inkululeko, futhi inganqabeli muntu wakubo ukuzomsiza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE wayala induna yekhulu ukuba agcinwe, kepha abe nenkululeko, kunganqatshelwa muntu wakubo ukumkhonza. Baasraak Zulu New Testament Bible Waselaya induna yekhulu ukuthi agcinwe uPawuli, njalo abe lenkululeko, njalo kungavinjelwa muntu wakubo ukumkhonza kumbe ukuza kuye. Contemporary Zulu Bible 2024 Waselaya induna yekhulu ukuthi agcinwe uPawuli, njalo abe lenkululeko, njalo kungavinjelwa muntu wakubo ukumkhonza kumbe ukuza kuye. |
Lapho uSimakade ethokozile ngezindlela zomuntu, wenza izitha zakhe zihlalisane ngokuthula naye.
UNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, wamyala uNebuzaradani, induna yabalindi, ngoJeremiya, wathi:
Kepha umshana kaPawula walizwa icebo labo lokumlalela unyendle, bambulale, wayeseya enkanjini, wangena, wambikela uPawula.
wathi: “Sengiyakuluzwa kahle udaba nxa sebefikile abakumangaleleyo.” Wayeseyala ukuba agcinwe enqabeni kaHerode.
Wayenethemba futhi lokuthi uPawula uzakumnika imali, ngalokho-ke wayelokhu ethumela embiza, akhulume naye.
Kepha uFestu wabaphendula ngokuthi uPawula njengoba egcinwe eKhesariya nje, naye usazobuyela khona lapho ngokushesha.
Ngakusasa safika echwebeni eSidoni, uJuliyase wamphatha kahle uPawula, wamvumela ukuba aye kubangani bakhe, anakekelwe kahle.
eshumayela umbuso kaNkulunkulu, efundisa ngaso sonke isibindi izindaba zeNkosi uJesu uKhristu, ngaphandle kokuphazanyiswa.